Ilanga Loku jabula CD Lyrics – Yabakhulu

Ilanga Loku jabula CD Lyrics

1. (EMATHANDWENI) NGEKE UWE

Ngesikhathi ngiyintombazane encane
Ubaba wami wangitshela ukuthi ngelinye ilanga
Wenze yonke into oyenzayo
Uyenze ngothando
Unkulunkulu unawe, ngeke uwe

Manje ngi phila impilo
Ngicula, ngihleka nabantu
Behleka nami
Bayaluzwa uthando

Sengi khulile, mange khulile
Kodwa amagama ka baba
Ngihlala ngiwa khumbula
Konke okwenzayo, kwenze ngothando

2. WENZE OKUHLE NAMHLANJE

Namhhanje ngikhetha ukucula
Ngenhlanhla enginayo
Nginenhlanhla ukuba nawe
Ukuba nomngane oqotho

Yenza okuhle namhlanje
Nenhlanhla izo hleka nawe

Namhlanje ngikhetha ukujabula
Ngokuthi umuhle
Ungumngane wami
Ngi jabulile ukuthi ngi nawe

3. UBE NE NHLIZIYO

Uma ngishintsha umcabango wami
Ngishintsha umhlaba wami
Uma ukholwa
Useduzane

Thatha inhliziyo Bawo
Yigcwalise ngothando

Siyazi ukuthi besi kuphi
Kodwa asazi sophelela kuphi
Uma ukholwa
Useduzane

4. UKUKHANYA

Uma ufuna uku khanya
Ungaba likhandlela noma isiphili
Ayikho intaba enkulu
Ayikho inkinga engadluli

Uma ngiphethe wena eduze kwami
On Bawo – ngikholelwa kuwe

Uma ufuna ukulthandwa
Qala ngothando
Ayikho intaba enkulu
Ayikho inkinga engadluli

5. ILANGA LOKU JABULA

Ngilana ngizotshela iqiniso
Ngizomela ukuthi izikhathi ezinzima zidlule
Baba thatha isandla sami
Ungikhiphe ebumnyameni ulethe ukukhanya

Ilanga loku jabula
Nonke ninami
Ilanga loku jabula
Ngiya kuzwa uku khanya

Ilanga ngumngane wami
Zonke izilwani abangani bami
Sonke sisendaweni esifanele
Ngaphansi kwe langa lase Mzansi

6. JABULA MAMA

Namhlanje mele ugcwale injabulo
Ngoba indodana yakho iyashada
Wonke umama uthole isifiso esikhulu
Sokubona ilanga indodana yakhe ishada

Jabula mama
Kumele uziqhenye
Jabula mama
Indodana yakho ithole umakoti omuhle

Vula umnyango, abavakashi bayeza
Yenza ukudla odume ngakho
(Babize bonke)
Indodana yakho iyazi qhenya
Nawe uyazi qhenya ngendodana

7. NGIZABE NGIKHONA EKHAYA NGOKHISIMUSI

Ngiculela wena bhuti
Ngikude nase khaya
Kodwa ngicabanga ngomdeni sonke isikhati
Ngisebenza nzima kuze ngibe nani
(Kuze sonke sibendawonye)

Izinto zingahamba kahle
Ngizoba ngikhona ngokhisimusi
Kuyasiza ukuba nomsebenzi
Kodwa kumnandi ukuya ekhaya ngokhisimusi
Ngicabanga ngomdeni njalo
Ngifuna ukuba nabo maduzane

8. UHLEZI UKHONA

Nge langa bo hambile
Ngezwa ubuhlungu enhlizweni yami
Nge langa bengi se nkingeni
Wenza wongisuse hlupheni

Sengi yazi ukuthi ungi bhekile
Uhlezi ukhona enhlizweni yami

Ngibona ubuso bakho
Ngizwa ilizwi lakho
Uma amandla angekho, ngi khuluma nawe
Ungi tshela izinto ezinhle

9. INKOSI ENCANE IZALIWE

Ilangelihle
Intombi izale umntwana womfana
Umtwana uyaphila
Ubamba iminwe yami

Inkosi encane sizaliwe
Ikhaya lonke liyacula
Inkosi encane sizaliwe
Simfisela inhlanhla

(Lilangelihle)
Sijabule sonke
Uzobe muhle futhi mude
Uzoba namandla nothando

10. MUSIC IS MY LIFE

1st Verse
If you want to get me closer
add some music to my life
And you need to take it slower
Nice and easy it’s what I like
So when the music starts to play
And people around start to sway
We’ll sing the words our way
Until dawn brings a new day

We can make it, It’s our call
with no music world seems so small
We can make it, It’s our call
With no music world seems so small

Chorus
Music is my life
So let this music start
Music is my life
I’m gonna do my part

2ND Verse
If you want to get me better
play some music for my heart
Send those notes into orbit
Show your feelings, that I like
So when the music starts to play
And people around start to sway
We’ll sing the words our way
Until dawn brings a new day

We can make it, It’s our call
with no music world seems so small
We can make it, It’s our call
With no music world seems so small

Chorus
Music is my life
So let this music start
Music is my life
I’m gonna do my part

11. NGIXOLELE

Kuba ebusuku
Uyahamba
Ngiyavuma ukuthi ufuna ukuhamba
Kodwa kubuhlungu

Ngixolele
Ngixolele ngalezi nyembezi
Ngixolele
Ngizoba kahle

Besimnandi ndawonye
Uthand’ olusha
Kodwa sekuphelile
Ngiyazi senze amaphutha

12. You Are My Light

Verse:
When the moment comes
That I ask myself
Am I good enough
Am I worth enough
I lift my head towards the sky
And I feel the love you have for me
And through the clouds I look into your eyes
And you give me the power to choose my life

Chorus:
Ohhh Lord
You are my light
You are my freedom
You are my life
For all I know
You give me strength
You cure the weakness
You pull me up

Verse:
When I call your name
I get the taste of life
And I pray for my people
So we can all live in love
I lift my head towards the sky
And I feel the love you have for me
And through the clouds I look into your eyes
And you give me the power to choose my life